MEC Ravi Pillay kanye nobuholi, bathathe ithuba balekelela ukutshala umbila ensimini yeMshingila Farming Project.
Baphinde bathokozela imikhiqizo eyenziwa abantu abahlala kumasipala waseMgungundlovu. Mphakathi waseMpendle siyabonga ukubambisana lapho sivakashelwe Uhulumeni. Izihambeli ziphinde zaba nenhlanhla yokuzwa nokubona italente laseMpendle. Siyabonga kakhulu ngokudla kwendlebe kwiZilomo. Phumlani C Molefe Siyabonga kakhulu.